Siirry suoraan sisältöön
Inkambo Yomzalwane
Inkambo Yomzalwane
Tallenna

Inkambo Yomzalwane

Lue Adobe DRM-yhteensopivassa e-kirjojen lukuohjelmassaTämä e-kirja on kopiosuojattu Adobe DRM:llä, mikä vaikuttaa siihen, millä alustalla voit lukea kirjaa. Lue lisää
Kulencwadi "e;INKAMBO YOMZALWANE"e; umbhali wayo okungu- M.P. Njeke, ubhala ngokumele kwenzeke kumuntu osuke esezelwe kabusha futhi wamukela uKristu njenge Nkosi noMsindisi empilweni yakhe. Inhloso ngqangi yombhali; ukufundisa ngendlela umzalwane okumele aziphathe ngayo, nezinto okumele azenze nokungafanele azenze empilweni yakhe yobuzalwane, kwesinye isikhathi okungakhulunywa ngazo emabandleni.Okunye, ukufundisa ngokuthi, yona ngempela insindiso iyini ngokwezifundiso zika Kristu beno Phawula. Kulencwadi U-M.P. Njeke ufundisa kabanzi ngomehluko abaningi abangawazi noma abangawuboni phakathi kwekholwa, umzalwane kanye nomhedeni. Uphinde futhi afundise kabanzi ngokuyokwenzeka ngesikhathi ibandla selihlwithwa (Rapture), ngezinhlupheko ezinkulu (Tribulation), ukubuya kweNkosi Jesu kwesibili (Second Coming), iminyaka eyinkulungwane (Millennial years) okuyolandelwa ukubhubha komhlaba.Lena yincwadi eqoqela ndawonye konke okudingakho ukuhlomisa wena nami endleleni yethu yasensindisweni ebheke ezulwini. Ngiyethula kuwena ngentokozo nokwazi ukuthi kuningi obungakwazi ozokuzuza kuyona. Lencwadi yinhle kakhulu ekufundiseni ezifundweni ze Bhayibheli (Bible Studies), nokufundisa kakhulukazi ebandleni, kakhulukazi labo abasuke sebemukele insindiso. Ngakho-ke yithokozele ngoba ibhalwe ngolimu lwakho ukuze wazi ukuthi nawe njengomZulu, ubalulekile embusweni kaKristu.
ISBN
9798235052734
Kieli
englanti
Julkaisupäivä
18.5.2026
Formaatti
  • Epub - Adobe DRM
Lue e-kirjoja täällä
  • Lue e-kirja mobiililaitteella/tabletilla
  • Lukulaite
  • Tietokone